COVID-19 PROTECTIVE MEASURES



Make sure that your mask is secure and that it covers your nose and mouth. You need to wear a mask in order to enter stores to purchase essential items.
NO MASK MEANS NO ENTRY

Qiniseka ukuthi imaski yakho ihlezi kahle nokuthi ilimboza kahle ikhala nomlomo wakho. Kudingeka ugqoke imaski ukuze ungene ezitolo futhi uthenge izinto ozidingayo.
UMA UNGAYIGQOKILE IMASKI AWUNGENI


Maintain at least 1.5 metre distance between yourself and others, especially when standing in a queue at the mall.

Hlala uqhelelene nabanye okungenani ngebanga elingamamitha angu-1.5, ikakhulukazi lapho umi emgqeni emoli.


Wash your hands with soap and water for 20 seconds or use an alcohol-based hand sanitizer.

Geza izandla zakho ngensipho namanzi imizuzwana engu-20 noma usebenzise isanithayiza yezandla ene-alcohol.


Avoid touching your eyes, nose and mouth. When contanimated, hands can transfer the virus to your eyes, nose or mouth.

Gwema ukuthinta amehlo, ikhala nomlomo wakho. Uma zinegciwane, izandla zingadlulisela igciwane emehlweni, ekhaleni noma emlonyeni.